Back to UKrestu Esihlabelelweni List
UKrestu Esihlabelelweni #272
Hymn 272 Phons’ Intambo Kok’phila Kul’ Iza
[V1]
Phons’ intambo yoku’phila kul’iza, Nang’ umfowethu ungamsindisa
O, ngubani ozozidela Aphons’ iNtambo yoK’phila emfela?

[C]
Phonsa iNtambo! yoK’phila!, Omunye uyamuka,
Phonsa iNtambo! Yona yoK’phila! Kushon’ omunye namhla.

[V2]
Phons’ iNtambo yoK’phila masinya, Ngani uyalibala kangaka?
Mbon’ esecwila, wenze manje; Ngomkhumbi woKuphila, yana kude.

[V3]
Phons’ iNtambo yoK’phila kofayo, Eshon’ osizin’ olwesabekayo!
Kuwo esililo amaza, Masinya azomkhukhula amanzi

[V4]
Sizodlul’ isi’khathi sokulenga, Bawelel’ ogwini lokulahlwa
Kaloku mfowethu, sheshisa! Phons’ iNtambo namuhla basindiswe