Back to UKrestu Esihlabelelweni List UKrestu Esihlabelelweni #29

Hymn 29 Hlala Nami

[V1]
Ku yeza ukuhlwa, hlala nami, U zuhlale nami, sekuyahlwa
Lapho abanye sebehluleka, Wena osizayo, hlala nami

[V2]
Ku shesh’ ukudlula ukuphila, Ubuhle bomhlaba buphi bona?
Izinto zonke zi yaphenduka, Ongaphendukiyo hlala nami

[V3]
Ngi yakucela u hlale nami, U ngekho ngohlulwa yizilingo
U ngezi ‘Nkosi, njengodlulayo, Kodwa ‘Nkosi yami, hlala nami

[V4]
Owahlala kade, hlala nami, Ungabongishiya nakancane
Bekezel’ ububi bami bonke, Yiza-ke u zozakhela kimi

[V5]
Inhlupheko azinani kimi, Ang’esabi, nxa u khona Wena
Lu ngaphi u donsi lwakho kufa?, Ngi zokwahlula ngoba u nami

29. Hlala Nami

Link copied to clipboard successfully!