Back to UKrestu Esihlabelelweni List UKrestu Esihlabelelweni #14

Hymn 14 Yizwa imali Iwa!

[V1]
Yizw’ imal’ ithelwa, Lalel’ i yawa;
Ngeka Jesu yonke, Ma iye kuYe

[C]
Khence! Khence! Khence! Khence!
Yizwe ithelwa!
Ngeka Jesu yonke, Ma iye kuYe

[V2]
Khence! Khence njalo; Nank’ umnikelo
KuYo iNdodana; Wezinganyana

[C]
Khence! Khence! Khence! Khence!
Yizwe ithelwa!
Ngeka Jesu yonke, Ma iye kuYe

[V3]
Noko si zingane, Si leth’ intwana
Nxase si khulile; Som’ pha kakhulu

[C]
Khence! Khence! Khence! Khence!
Yizwe ithelwa!
Ngeka Jesu yonke, Ma iye kuYe

[V4]
Nxa si ngenalutho, Somuph’ uthando;
U yakuthokoza, Emomotheka

[C]
Khence! Khence! Khence! Khence!
Yizwe ithelwa!
Ngeka Jesu yonke, Ma iye kuYe

14. Yizwa imali Iwa!

Link copied to clipboard successfully!