Back to UKrestu Esihlabelelweni List UKrestu Esihlabelelweni #13

Hymn 13 Mhlope Ku Neqhwa

[V1]
O, ‘Nkosi ngi fisa ukuphelela
Ngi thanda ukuba u hlale nami
Xebula wonke amaxhwala ami
Ngi gezisiswe ngaphezu kweliqhwa

[C]
Ku neliqhwa Ye! Ku neliqhwa
Ngi gezisiswe ngaphezu kweliqhwa!

[V2]
‘Jesu ngiqaphele u sezulwini
Ngelekelel’ ukuphum’ ebubini
Ngi yazinikela ngokuphelele
Ngi gezisiswe ngaphezu kweliqhwa

[C]
Ku neliqhwa Ye! Ku neliqhwa
Ngi gezisiswe ngaphezu kweliqhwa!

[V3]
‘Jesu ngi yakunxusa ngokuncenga
Ngi kulindel’ ezinyaweni zAkho
Ngi zinikela nako enginako
Ngi gezisiswe ngaphezu kweliqhwa!

[C]
Ku neliqhwa Ye! Ku neliqhwa
Ngi gezisiswe ngaphezu kweliqhwa!

[V4]
’Jesu ngi linda ngokubekezela
Phenduka inhliziyo iyakhala
Kulowo, okufunayo kawali
Ngi gezisiswe ngaphezu kweliqhwa!

[C]
Ku neliqhwa Ye! Ku neliqhwa
Ngi gezisiswe ngaphezu kweliqhwa!

13. Mhlope Ku Neqhwa

Link copied to clipboard successfully!