Back to UKrestu Esihlabelelweni List
UKrestu Esihlabelelweni #205
Hymn 205 Esanyenyeza UJesu
[V1]
UJesu enyenyeza, Woza moni!
Nxa si kukhulekela, Woza moni!
Ku yilithub’ elihle, Woza moni!
Ku yisikhathi manje, Woza moni!
UJesu enyenyeza, Woza moni!
Nxa si kukhulekela, Woza moni!
Ku yilithub’ elihle, Woza moni!
Ku yisikhathi manje, Woza moni!
[V2]
Unomthwalo onzima?, Woza moni!
U yakukuphumuza, Woza moni!
UJesu kakhohlisi, Woza moni!
U ya kunik’ ubomi, Woza moni!
Unomthwalo onzima?, Woza moni!
U yakukuphumuza, Woza moni!
UJesu kakhohlisi, Woza moni!
U ya kunik’ ubomi, Woza moni!
[V3]
O, yizwa esancenga, Woza moni!
U yakukubusisa, Woza moni!
Kuwe u yanyenyeza, Woza moni!
Nxa si kukhulekela, Woza moni!
O, yizwa esancenga, Woza moni!
U yakukubusisa, Woza moni!
Kuwe u yanyenyeza, Woza moni!
Nxa si kukhulekela, Woza moni!