Back to UKrestu Esihlabelelweni List
UKrestu Esihlabelelweni #276
Hymn 276 Yen’ UJesu Wez’ Ebhetlehema
[V1]
Yen’ uJesu wez’ eBetlehema, Wazalelw’ emkhombeni ngosizi
O, isimanga ngelAkh’ igama Engifuna mina
Engifu... funa mina O, isimanga ngelAkh’ igama
Engifuna mina

[V2]
Yen’uJesu esiphambanweni, Wakhok’ical’ el’khulu ngasinda
O, isimanga, kwaba kanjani Engifela mina,
Engifela…fela mina O, isimanga, kwaba kanjani
Engifela mina

[V3]
Yen’ uJesu wakuyo indulo, Ngisazula kude nesibaya
Ngokuthamba wanceng’ inhliziyo Ememeza mina
Engimemeza... mina... Ngokuthamba wanceng’ inhliziyo
Ememeza mina

[V4]
Yen’ uJesu wovela phezulu, Sihl’ is’thembiso semnyak’ edlule
O, ngoMubona ehla ngamafu Ezolanda mina
Ezola-landa... mina... O, ngoMubona ehla ngamafu
Ezolanda mina