Back to UKrestu Esihlabelelweni List UKrestu Esihlabelelweni #260

Hymn 260 Ngiyadlula Es’godini

[V1]
Ngiyadlul’ es’godini
Okuthiwa sisodwa
Kimina yiso isigodi
Sika Bhewula
Kodwa ngifumana kukhon’
Imbali ngendlela
UMsindisi useduze kwami
Yonk’ indlela

[C]
Sigodi sase Bhewula, uligugu kimi
goba ngibona khashana izwe elilodwa

[V2]
Akuna thunzi elenza
Mnyama endleleni
Ngob’ imisebe yobukhos’
Iyayi khanyisa
Kusahutshwa kamnandi
Ezulwini laphaya
Kuqhamuk’ iphimb’
Es’godini ingethabise

[C]
Sigodi sase Bhewula, uligugu kimi
goba ngibona khashana izwe elilodwa

[V3]
Ngihamba ngithokozel’
Ukukhanya komuzi
Nsuku zonke ngijabule
Kukhanye kakhulu
S’god’ esihle sas’ Edeni
Umnandi emini
Enhliziyweni yokhathele
Ngamanz’ apholile

[C]
Sigodi sase Bhewula, uligugu kimi
goba ngibona khashana izwe elilodwa

260. Ngiyadlula Es’godini

Link copied to clipboard successfully!