Back to UKrestu Esihlabelelweni List UKrestu Esihlabelelweni #259

Hymn 259 Siyakuhlangana Yini

[V1]
Siyakuhlangana yini?
Lapho kungathi cwaka?
Lapho kukhanya nanini
Kakh’ onokuhlupheka

[C]
Siya kuhlangana; Siya kuwu wela umfula
Siya kuwu wela umfula. Sibe la kuthi cwaka?

[V2]
Sobonan’ ezibukweni?
Sekuphelil’ uhambo?
Sikhany’ ekuphumuleni?
Kul’izulu nesango?

[C]
Siya kuhlangana; Siya kuwu wela umfula
Siya kuwu wela umfula. Sibe la kuthi cwaka?

[V3]
Sohlangan’ emzini lena?
Laku khon’ im’bhoshongo
Nezindonga ziyakhanya?
Sazakhelwa ngob’ nono

[C]
Siya kuhlangana; Siya kuwu wela umfula
Siya kuwu wela umfula. Sibe la kuthi cwaka?

[V4]
Sohlangana noMsindisi
Ezolanda abAkhe
Nomusa wAkhe siwazi
Size sibuse naYe

[C]
Siya kuhlangana; Siya kuwu wela umfula
Siya kuwu wela umfula. Sibe la kuthi cwaka?

259. Siyakuhlangana Yini

Link copied to clipboard successfully!