Back to UKrestu Esihlabelelweni List UKrestu Esihlabelelweni #135

Hymn 135 Ngi Kutanda Ngcono Nkosi

[V1]
Ngi kuthanda ngcono, Nkosi, Kunomhlaba wonke;
Loku ungiph’ ukuthula Kungechithwe lutho.

[C]
Akukashiwo kwenele, Ngothand’ olunjeya!
Akukashiwo kwenele, Ngegazi leliya!

[V2]
Ngiyazi useduzane Kunawo lomhlaba.
Kuhl’ ukucabanga, naWe, Kunay’iph’ ingoma.

[C]
Akukashiwo kwenele, Ngothand’ olunjeya!
Akukashiwo kwenele, Ngegazi leliya!

[V3]
Wen’ ungijabulisise Ma ngi thab’ impela.
Ngaphandle kothando lwAkho Mina ngi yadana.

[C]
Akukashiwo kwenele, Ngothand’ olunjeya!
Akukashiwo kwenele, Ngegazi leliya!

[V4]
Msindisi wam’ oligugu, Ng’oba njani kuWe!
Uma lendlela iyinhle; Nxa ngi hamba naWe!

[C]
Akukashiwo kwenele, Ngothand’ olunjeya!
Akukashiwo kwenele, Ngegazi leliya!

135. Ngi Kutanda Ngcono Nkosi

Link copied to clipboard successfully!