Back to UKrestu Esihlabelelweni List
UKrestu Esihlabelelweni #134
Hymn 134 Uthando Olumangalisayo Luka Jesu
[V1]
Endaweni ephakeme, Umoya wami wobonga
Nguban’ ongasho kwenele; Ngalo uthando luka Jesu?
Endaweni ephakeme, Umoya wami wobonga
Nguban’ ongasho kwenele; Ngalo uthando luka Jesu?
[C]
Loluthando, luyinqaba, Lona oluka Jesu;
Luyamangalisa, lona, Uthando luka Jesu.
Loluthando, luyinqaba, Lona oluka Jesu;
Luyamangalisa, lona, Uthando luka Jesu.
[V2]
Lunokuthul’ ebusuku, Nokukhany’ ebumnyameni.
Lungumuthi kubuhlungu, Lona uthando luka Jesu.

[V3]
Yithemba lentethelelo, Luyinsika nxa ngi wayo;
Nxa ngi fa noma ngi phila Yilo uthando luka Jesu.