Back to UKrestu Esihlabelelweni List UKrestu Esihlabelelweni #99

Hymn 99 Isiphambano Esimangalisayo

[V1]
Ngi bhek’ esiphambanweni
Lapho kwafela iNkosi;
Ku yize yonk’ imfuyo yam’
Ngi nengwa ukuzidla kwam’.

[V2]
Si bona kuzo izandla,
Nezinyawo amanxeba;
Zabhotshozwa ngenxa yethu
Yeka uthand’ olungaka!

[V3]
Mina nga ngi lahlekile;
Ngathol’ ukuthethelelwa.
Yala, ngi ngazibabazi
Kodwa esiphambanweni.

[V4]
Ma ngi nawo wonk’ umhlaba;
Kunga ngumnikel’ omncane.
Ngenxa yothand’ olungaka!
Ngomnik’ ukuphila kwami.

99. Isiphambano Esimangalisayo

Link copied to clipboard successfully!