Back to UKrestu Esihlabelelweni List UKrestu Esihlabelelweni #21

Hymn 21 Ngi Yeza eSiphambanweni

[V1]
Ngi yeza Nkosi yami, Ngi yimpuputhe mina
Ngi nikela okwami, KuWe ongangigcina

[C]
Ngi yeza Nkosi yami, KuWe Msindisi wami
Ngi cela Menzi wami, Ak’ungamkele nami

[V2]
Umoya uyakhala, Ku bus’ okubi kimi
uJes’ u thi lalela, Ngosusa konk’ okubi

[C]
Ngi yeza Nkosi yami, KuWe Msindisi wami
Ngi cela Menzi wami, Ak’ungamkele nami

[V3]
Konke ngi kunikela, Kanye nomoya wami
Ngibe ngowAk’ impela, Kuze kube nanini

[C]
Ngi yeza Nkosi yami, KuWe Msindisi wami
Ngi cela Menzi wami, Ak’ungamkele nami

[V4]
Ngi z’esiphambanweni, Igazi lang’ophela
Ngi zilahl’ othulini, NoKrestu ngi bethelwe

[C]
Ngi yeza Nkosi yami, KuWe Msindisi wami
Ngi cela Menzi wami, Ak’ungamkele nami

[V5]
Jesu woz’ ungamkhele, U ng’ enze ngi phelele
Ngi bengohlanzekile, Dumo! kulo iWundlu

[C]
Ngi yeza Nkosi yami, KuWe Msindisi wami
Ngi cela Menzi wami, Ak’ungamkele nami

21. Ngi Yeza eSiphambanweni

Link copied to clipboard successfully!