Back to UKrestu Esihlabelelweni List
UKrestu Esihlabelelweni #239
Hymn 239 Ukhathele Na?
[V1]
Ukhathele unosizi, Udangele Na?
Woza kiMi, ush’ uJesu, "Phumula!"
Ukhathele unosizi, Udangele Na?
Woza kiMi, ush’ uJesu, "Phumula!"
[V2]
Amanxeb’ angi donsela eNkosini na?
Enyaweni kuz’ izandla, Akhona.
Amanxeb’ angi donsela eNkosini na?
Enyaweni kuz’ izandla, Akhona.
[V3]
Inomqhele, kamb’ iNkosi Ewukhombayo?
Yebo, ngowamev’ osizi OkuYo!
Inomqhele, kamb’ iNkosi Ewukhombayo?
Yebo, ngowamev’ osizi OkuYo!
[V4]
Nxa ngimfuna ngimlandela Ngozuzani na?
Izinsizi nobunzima, Konkana
Nxa ngimfuna ngimlandela Ngozuzani na?
Izinsizi nobunzima, Konkana
[V5]
Nxa ngibambelela kuYo, Ngotholani na?
Wophumula ngaphesheya kweJordan
Nxa ngibambelela kuYo, Ngotholani na?
Wophumula ngaphesheya kweJordan
[V6]
Nxa ngimnxusa ngize kuYe, Wothula yini?
Angenqabe ‘ze kudlule Izulu
Nxa ngimnxusa ngize kuYe, Wothula yini?
Angenqabe ‘ze kudlule Izulu
[V7]
Nxa ngizama, ngi Mlandele Ngobusiswa na?
Bathi, Yebo! Abangcwele Laphaya, Amen
Nxa ngizama, ngi Mlandele Ngobusiswa na?
Bathi, Yebo! Abangcwele Laphaya, Amen