Back to UKrestu Esihlabelelweni List
UKrestu Esihlabelelweni #227
Hymn 227 Esiphambanweni
[V1]
UMsindisi wangophela, Yaf’ iNkosi yami;
Wazidela, wangifela, Ngi sindiswe nami.
UMsindisi wangophela, Yaf’ iNkosi yami;
Wazidela, wangifela, Ngi sindiswe nami.
[C]
Esiphambanweni, ngabon’ ukukhanya,
Umthwalo wehliziyo wacasha (wacasha)
Kwaku lapho ngakholwa ngabona ,
Manje ngi yathaba impela!
Esiphambanweni, ngabon’ ukukhanya,
Umthwalo wehliziyo wacasha (wacasha)
Kwaku lapho ngakholwa ngabona ,
Manje ngi yathaba impela!
[V2]
Ngenxa yem’sebenzi yami, Yek’ uthando lomsa! Walenga Yena emthini, Ku yamangalisa!
Ngenxa yem’sebenzi yami, Yek’ uthando lomsa! Walenga Yena emthini, Ku yamangalisa!
[C]
Esiphambanweni, ngabon’ ukukhanya,
Umthwalo wehliziyo wacasha (wacasha)
Kwaku lapho ngakholwa ngabona ,
Manje ngi yathaba impela!
Esiphambanweni, ngabon’ ukukhanya,
Umthwalo wehliziyo wacasha (wacasha)
Kwaku lapho ngakholwa ngabona ,
Manje ngi yathaba impela!
[V3]
Usizi kaluhlawuli Elami icala;
’Nkosi, nguWe inhlawulo ‘Ngi yazinikela!
Usizi kaluhlawuli Elami icala;
’Nkosi, nguWe inhlawulo ‘Ngi yazinikela!
[C]
Esiphambanweni, ngabon’ ukukhanya,
Umthwalo wehliziyo wacasha (wacasha)
Kwaku lapho ngakholwa ngabona ,
Manje ngi yathaba impela!
Esiphambanweni, ngabon’ ukukhanya,
Umthwalo wehliziyo wacasha (wacasha)
Kwaku lapho ngakholwa ngabona ,
Manje ngi yathaba impela!