Back to UKrestu Esihlabelelweni List
UKrestu Esihlabelelweni #149
Hymn 149 Hamba Ekukhanyeni
[V1]
Hamb’ ek’khanyeni kweNkosi Ku zokuqondisa;
uMoy’ Ovel’ ezulwini Wochith’ ubumnyama.

[C]
(Kathathu) Ha . . . mba nok’khanya . . .
(Thath’ ukukhany’ ukukhanya kweNkosi)
(Bonke) Hamb’ ek’khanyeni kweNkosi.

[V2]
Thath’ ubhaqa lweVangeli Lwelizwi leNkosi.
Lukhanyo lwas’ ebusheni Kwabathemb’ iNkosi.

[V3]
Phath’ ubhaqa kumk’ ithunzi Nxa u sendleleni;
Loxoshel’ ithunzi kude Izi fik’ iNkosi!

[V4]
Hamb’ ek’khanyeni wofunda Ngothando lweNkosi
Nobuhle bobudlelwana Bosis’ ezulwini.