Back to UKrestu Esihlabelelweni List
UKrestu Esihlabelelweni #148
Hymn 148 Nakuphi NoJesu
[V1]
Nakuphi noJesu ngi ngahamba nje Noma ku kuphi kulomhlaba wonke;Ngaphandle kwAkhe a ngi nakuthaba Laph’ uJesu ekhona a ngesabi.
Nakuphi noJesu ngi ngahamba nje Noma ku kuphi kulomhlaba wonke;Ngaphandle kwAkhe a ngi nakuthaba Laph’ uJesu ekhona a ngesabi.
[C]
Nakuphi noJesu ngi ngahamba nje.
Nakuphi ukwesaba a ngi kwazi
Nakuphi noJesu ngi ngahamba nje.
Nakuphi ukwesaba a ngi kwazi
[V2]
Nxa ngi kuphi noJesu a ngi ngedwa Nxa ngi delwa ngabany’ u khona Yena;
Noma ezongiholela ehlane, Nxa uJesu ekhona ku lungile.

[V3]
Nxa ngi kuphi noJesu ngi ngalala Nxa ithunzi lokufa li sondela;
Noko ngi yobuya ngi vuke mina Ngi y’ezulwini ekhaya kuJesu.