Back to UKrestu Esihlabelelweni List UKrestu Esihlabelelweni #140

Hymn 140 Izwi Lika Jesu

[V1]
Ngezwa izwi lika Jesu; Li thi, "Woza phumla.
Nxa u khathele U lale: es’fubeni sami."
Ngeza kuYe uMsindisi, Ngi khathele kabi,
Ngafuman’ ukuphumula. Wa ngi thokhozisa.

[V2]
Ngezwa izwi lika Jesu; Li thi, "Bheka wena
Wena owomel’ amanzi; Khothama u nathe."
Ngeza kuJesu, Ngaphuza amanz’ okuphila.
Wenela umoya wami; Wa vuka ngaphila.

[V3]
Ngezwa izwi lika Jesu: Li thi, "Bheka kimi
Bheka kimi, sekuyasa, Kuzo khanya kuwe."
Ngabheka kuYe Ngabona kona ukukhanya;
Ngahamba ngok’ ukukhanya; Nga qeda uhambo.

140. Izwi Lika Jesu

Link copied to clipboard successfully!