Back to UKrestu Esihlabelelweni List
UKrestu Esihlabelelweni #114
Hymn 114 Vulelwe Mina Isango
[V1]
Isango ngenxa yam’li mi Ngi savulelwe nami;
Ku bonakala isisa Nothando loMsindisi

[C]
Yeka umusa ongaka! Ngi savulelwe intuba?
Mina...Mina...Ngi shiyelwe intuba?

[V2]
Isango li savulelwe Bonk’ abazosindiswa.
Izicebi nezicaka Nabezizweni bonke.

[V3]
Phambili makuqhubekwe Isango li vuliwe,Yamukel’ umusa wAkhe U fumane umqhele.

[V4]
Yebo, phesheya kwomfula Is’phambano sothulwa
Ngi thwale wona umqhele Ezulwini ngi buse.