Back to UKrestu Esihlabelelweni List UKrestu Esihlabelelweni #280

Hymn 280 Nmbusi Wethu

[V1]
Ingoma ezimnandi, Ngelanga elihle
Sibonga uMsindisi, Ngenhlalo neNdlela

[C]
Bonga... bonga uMsindisi wethu
Bonga... bonga Ubukhosi bAkhe

[V2]
Waye thanda’ abantwana, Nxa elapha phansi;
Noma esezulwini, Loku ebathanda

[C]
Bonga... bonga uMsindisi wethu
Bonga... bonga Ubukhosi bAkhe

[V3]
Sithanda ukuMbonga, Sizw’ indaba yAkhe
Nxa esahlala lapha Khona eGalile

[C]
Bonga... bonga uMsindisi wethu
Bonga... bonga Ubukhosi bAkhe

[V4]
O’ Nkos’ eBusisiwe! Siya guqa kuWe
Sicela ukusizwa, Siphilele Wena

[C]
Bonga... bonga uMsindisi wethu
Bonga... bonga Ubukhosi bAkhe

280. Nmbusi Wethu

Link copied to clipboard successfully!