Back to UKrestu Esihlabelelweni List
UKrestu Esihlabelelweni #222
Hymn 222 Ez’ngalweni Z’ka Jesu Mina Ngiphephile
[V1]
E’ngalweni zika Jesu, Mina ngiphephile,
Lapha ngothando lwAkhe Wophuml’ umoya wami,
Zwan’ izwi lez’ngelosi Liza ngengoma kimi!
Phakathi kwobukhosi Phesheya kolwandle.
E’ngalweni zika Jesu, Mina ngiphephile,
Lapha ngothando lwAkhe Wophuml’ umoya wami,
Zwan’ izwi lez’ngelosi Liza ngengoma kimi!
Phakathi kwobukhosi Phesheya kolwandle.
[C]
Engalweni zika Jesu, Es’fubeni sAkhe,
Lapha ngothando lwAkhe Wophuml’ umoya wam.
Engalweni zika Jesu, Es’fubeni sAkhe,
Lapha ngothando lwAkhe Wophuml’ umoya wam.
[V2]
E’ngalweni zika Jesu Ngisind’ ekwoneni,
Nakuzo izilingo Singeng’ limaz’ isono,
Ngikhululw’ ebubini Nasekwesabeni.
Izilingo zimbalwa Kanye nenyembezi!

[V3]
Jesu iNqaba yami Jesu wangifela;
Edwaleni ngoqina Themba laphakade
Linde ngibekezele Kudlul’ ubusuku,
Ngize ngibon’ ukusa ‘Gwini lwegolide.