Back to UKrestu Esihlabelelweni List UKrestu Esihlabelelweni #216

Hymn 216 Wedwa?

[V1]
Wedwa? Angingedwa um’ uJes’ ekhona,
Ngijatshuliswa nguYe, ngiyazi ukhona
Zungu? Qha! uJes’ ukhon’ isihlobo sami,
Kaguquki kuze kube sekupheleni

[C]
Qha! Angingedwa, Qha! Angingedwa,
Khasoze angishiye ngedwa
Soze ngasala ngedwa, sala ngedwa

[V2]
Ngiwe? Ngingewe ngis’ es’fubeni sAkhe,
Ngenelisiwe ukuphumula phakade Lutho?
Ngeyame kakhulu nginge lutho
Yona ingalo kaJesu kim’ inosizo

[C]
Qha! Angingedwa, Qha! Angingedwa,
Khasoze angishiye ngedwa
Soze ngasala ngedwa, sala ngedwa

[V3]
Yini? Ngilindele ngob’ uthi, ngenzani?
Ngimangale iNkosi ilibele ngani? Mnandi!
Kumnandi okungena kushiwo
Isisekelo seNkos’ esinenjabulo

[C]
Qha! Angingedwa, Qha! Angingedwa,
Khasoze angishiye ngedwa
Soze ngasala ngedwa, sala ngedwa

216. Wedwa?

Link copied to clipboard successfully!