Back to UKrestu Esihlabelelweni List
UKrestu Esihlabelelweni #142
Hymn 142 Yeka Ubumnandi!
[V1]
Yek’ ubumnandi bosuku!
Luhle kuzo zonke;
Si lahl’ im’camango yezwe;
Si camang’izulu.
Yek’ ubumnandi bosuku!
Luhle kuzo zonke;
Si lahl’ im’camango yezwe;
Si camang’izulu.
[V2]
O! mahl’ amazw’ okuthula,
Kowamukelayo;
A nosizi lwenguquko;
Esisa ekhaya.
O! mahl’ amazw’ okuthula,
Kowamukelayo;
A nosizi lwenguquko;
Esisa ekhaya.
[V3]
Nanxa si xosha ukona;
Amandla engekho,
Lo obona inhliziyo;
Yena wosisiza.
Nanxa si xosha ukona;
Amandla engekho,
Lo obona inhliziyo;
Yena wosisiza.