Back to UKrestu Esihlabelelweni List
UKrestu Esihlabelelweni #108
Hymn 108 Ngothando, Ngessa U Yabiza
[V1]
uJes’ onguMalusi, U yakubizela;
Phakath’ esibayeni, Ku khona indawo.
Woza ku senamhlanje,
Khona u semusha.
uJes’ onguMalusi, U yakubizela;
Phakath’ esibayeni, Ku khona indawo.
Woza ku senamhlanje,
Khona u semusha.
[C]
Ngothand’ uJesu u yasibiza:
"Mhambike, Mhambike, woza kimi."
U yangibekezelela Wena,
Jesu, Malusi wami.
Ngothand’ uJesu u yasibiza:
"Mhambike, Mhambike, woza kimi."
U yangibekezelela Wena,
Jesu, Malusi wami.
[V2]
uJes’ onguMalusi, Wakufela wena;
U yakubiza manje; "Mhambi woza kimi"
Ngaphandle ku yingozi, Woza, uyabizwa,
Ngena esibayeni, Sona seqiniso.
uJes’ onguMalusi, Wakufela wena;
U yakubiza manje; "Mhambi woza kimi"
Ngaphandle ku yingozi, Woza, uyabizwa,
Ngena esibayeni, Sona seqiniso.
[C]
Ngothand’ uJesu u yasibiza:
"Mhambike, Mhambike, woza kimi."
U yangibekezelela Wena,
Jesu, Malusi wami.
Ngothand’ uJesu u yasibiza:
"Mhambike, Mhambike, woza kimi."
U yangibekezelela Wena,
Jesu, Malusi wami.
[V3]
Ngena u ngalibali, Ku khon’ izimpisi;
Ezinokulimaza, Ezidukileyo.
uJes’ onguMalusi, U yakubizake
Ngena esibayeni, Sona seqiniso.
Ngena u ngalibali, Ku khon’ izimpisi;
Ezinokulimaza, Ezidukileyo.
uJes’ onguMalusi, U yakubizake
Ngena esibayeni, Sona seqiniso.
[C]
Ngothand’ uJesu u yasibiza:
"Mhambike, Mhambike, woza kimi."
U yangibekezelela Wena,
Jesu, Malusi wami.
Ngothand’ uJesu u yasibiza:
"Mhambike, Mhambike, woza kimi."
U yangibekezelela Wena,
Jesu, Malusi wami.