Back to UKrestu Esihlabelelweni List
UKrestu Esihlabelelweni #63
Hymn 63 Kuphela Ligazi
[V1]
Ngi ngagezwa ng’ubani? Ng’uJesu ngegazi lAkhe.
Ngi ngahlanzeka njani? Muhlophe ngegazi lAkhe.
Ngi ngagezwa ng’ubani? Ng’uJesu ngegazi lAkhe.
Ngi ngahlanzeka njani? Muhlophe ngegazi lAkhe.
[C]
La y’igug’ igazi! Li yagezisisa;
Kuphela igazi, Lona lodwa likaJesu!
La y’igug’ igazi! Li yagezisisa;
Kuphela igazi, Lona lodwa likaJesu!
[V2]
Ngi funa ukugezwa: Egazini lika Jesu;
Ngi thol’ ukuxolelwa: Egazini lika Jesu.

[V3]
Ngi ngavunywa ng’ubani? Ng’uJesu ngegazi lAkhe;
Ngi ngaphete lutho na? Yebo ngal’ igazi lAkhe!

[V4]
Li miph’ ithemba lami? Egazini lika Jesu;
Kuph’ ukulunga kwami? Egazini lika Jesu.

[V5]
Ngi babaz’ ubani na? UJesu ngegazi lAkhe;
Ngodums’ ubani na? UJesu ngegazi lAkhe.