Back to UKrestu Esihlabelelweni List
UKrestu Esihlabelelweni #49
Hymn 49 Yinye Inkumbul’ Emnandi
[V1]
Inkumbul’ emnandi, I yabuya kimi;
Ngi sondel’ ekhaya lami, Ku nokoqala.
Inkumbul’ emnandi, I yabuya kimi;
Ngi sondel’ ekhaya lami, Ku nokoqala.
[C]
Ngi sondel’ ekhaya lami;
Ngi sondel’ ekhaya namhla
Ku nokokuqala.
Ngi sondel’ ekhaya lami;
Ngi sondel’ ekhaya namhla
Ku nokokuqala.
[V2]
Eduze k’uBaba, Ezindlini zAkhe;
Ku seduze nesiHlalo, Sobukhosi bAkhe.
Eduze k’uBaba, Ezindlini zAkhe;
Ku seduze nesiHlalo, Sobukhosi bAkhe.
[C]
Ngi sondel’ ekhaya lami;
Ngi sondel’ ekhaya namhla
Ku nokokuqala.
Ngi sondel’ ekhaya lami;
Ngi sondel’ ekhaya namhla
Ku nokokuqala.
[V3]
Ku duze ngi hambe, Ngi lahle im’thwalo;
Ngi shiy’ inhlupheko lapha, Ng’amukel’ umqhele.
Ku duze ngi hambe, Ngi lahle im’thwalo;
Ngi shiy’ inhlupheko lapha, Ng’amukel’ umqhele.
[C]
Ngi sondel’ ekhaya lami;
Ngi sondel’ ekhaya namhla
Ku nokokuqala.
Ngi sondel’ ekhaya lami;
Ngi sondel’ ekhaya namhla
Ku nokokuqala.