Back to UKrestu Esihlabelelweni List UKrestu Esihlabelelweni #23

Hymn 23 Ngi Gcwalise Manje

[V1]
Ngi gcwalise oMkhululi, NgoMoya oiNgcwele
U nguMhlobo wethu, Mfeli Woza, woz’ u zakhele

[C]
Moya oiNgcwele Mina ngi kunxanele
Manjena ngi gcwalise Wena Moya woMsindisi

[V2]
U ngangigcwalisa Wena, Indlela u yayazi
Ngi yakuswela-ke mina, Ngothando ngi gcwalise

[C]
Moya oiNgcwele Mina ngi kunxanele
Manjena ngi gcwalise Wena Moya woMsindisi

[V3]
Mina ngi buthakathaka, Enyaweni ngoguqa
NguWena wedw’ onamandla, Ngi size ngi yashona

[C]
Moya oiNgcwele Mina ngi kunxanele
Manjena ngi gcwalise Wena Moya woMsindisi

[V4]
Wena Moy’ u yaduduza, Inhliziy’ ediniweThina bantu si yafisa, U ze u sigcwalise

[C]
Moya oiNgcwele Mina ngi kunxanele
Manjena ngi gcwalise Wena Moya woMsindisi

23. Ngi Gcwalise Manje

Link copied to clipboard successfully!