Back to UKrestu Esihlabelelweni List
UKrestu Esihlabelelweni #151
Hymn 151 Zoba Khona Inkanyezi Na?
[V1]
Ngi yacabanga namhla ngezwe elihle, Engiya kulo ezulwini;
Ngomsa woMsindisi ngom’ eduze kwAkhe, Woba nenkanyez’ umqhele na?

[C]
Woba nenkanyezi umqhele wami na? Ekufiken ezulwini
Ngi vuka nababusiswa ngi yekhaya Woba nenkanyezi umqhele?

[V2]
Ngamandl’ eNkosi ngo ‘ebenza ng’khuthele, Ma ngi linde, ngi zuz’ abantu
Ngize ngithol’ inkanyezi ngalolosuku, Mhla edunyiswayo uJesu

[V3]
Koba mnandi njani nxa ngi mbona Yena? Ngi beke kuYe amagugu
Kongithokozisa ngobuhl’ emzini, Ngi phiw’ inkanyezi ng’uKrestu