Back to UKrestu Esihlabelelweni List UKrestu Esihlabelelweni #104

Hymn 104 Woza Mkhululi Omkhulu Woza

[V1]
Ngi zwe, Nkosi, ubenomsa kimi Za Mkhululi woza;
uMoya wami u fisa Wena Za Mkhululi Woza.

[C]
Ngizulile kud’ ezintabeni; Zulile kude nekhaya.
Ma ngi thathwe ngi lethw’ es’ bayeni Za Mkhululi Woza.

[V2]
Asikho isiphephelo sami Za Mkhululi;
Ngi bheke ngi thole ukukhanya Za Mkhululi Woza.

[C]
Ngizulile kud’ ezintabeni; Zulile kude nekhaya.
Ma ngi thathwe ngi lethw’ es’ bayeni Za Mkhululi Woza.

[V3]
Indlela yam’ i yangikhataza Za Mkhululi, Woza;
Amehlo’ ami a bheke uthando Za Mkhululi, Woza.

[C]
Ngizulile kud’ ezintabeni; Zulile kude nekhaya.
Ma ngi thathwe ngi lethw’ es’ bayeni Za Mkhululi Woza.

[V4]
U ngalahl’ ukuzisola kwami Za Mkhululi, Woza;
Lalela ukukhuleka kwami Za Mkhululi, Woza.

[C]
Ngizulile kud’ ezintabeni; Zulile kude nekhaya.
Ma ngi thathwe ngi lethw’ es’ bayeni Za Mkhululi Woza.

104. Woza Mkhululi Omkhulu Woza

Link copied to clipboard successfully!