Back to UKrestu Esihlabelelweni List
UKrestu Esihlabelelweni #61
Hymn 61 Okunye NgoJesu
[V1]
Ngo Jesu ngi thand’ukwazi,
Ngi tshel’ abanye ngomusa
Ba thole ukuxolelwa;
Ngoweza ukusifela.
Ngo Jesu ngi thand’ukwazi,
Ngi tshel’ abanye ngomusa
Ba thole ukuxolelwa;
Ngoweza ukusifela.
[C]
Okunye ngo Jesu,
Okunye ngo Jesu,
Yena mina wang’ophela;
Yena ngami wazidela.
Okunye ngo Jesu,
Okunye ngo Jesu,
Yena mina wang’ophela;
Yena ngami wazidela.
[V2]
Ngo Jesu ma ngi fundiswe!
NgeyAkh’ ingqondo ng’aziswe?
Moy’ oNgcwele Mfundisi wam’,
Veza okuka Krestu kim’.
Ngo Jesu ma ngi fundiswe!
NgeyAkh’ ingqondo ng’aziswe?
Moy’ oNgcwele Mfundisi wam’,
Veza okuka Krestu kim’.
[C]
Okunye ngo Jesu,
Okunye ngo Jesu,
Yena mina wang’ophela;
Yena ngami wazidela.
Okunye ngo Jesu,
Okunye ngo Jesu,
Yena mina wang’ophela;
Yena ngami wazidela.
[V3]
NaY’ uJesu ma ngi zwane,
NaY’ uJesu ngi thandane;
Ngi zwe izwi lAkhe kimi:
Li khuluma konke kimi.
NaY’ uJesu ma ngi zwane,
NaY’ uJesu ngi thandane;
Ngi zwe izwi lAkhe kimi:
Li khuluma konke kimi.
[C]
Okunye ngo Jesu,
Okunye ngo Jesu,
Yena mina wang’ophela;
Yena ngami wazidela.
Okunye ngo Jesu,
Okunye ngo Jesu,
Yena mina wang’ophela;
Yena ngami wazidela.
[V4]
NgoJesu nab’ ubukhosi,
Ngize ngi hlabe lomkhosi;
Ngi babaze ngi ngathuli,
Ngal’ iWundlu loKuthula.
NgoJesu nab’ ubukhosi,
Ngize ngi hlabe lomkhosi;
Ngi babaze ngi ngathuli,
Ngal’ iWundlu loKuthula.
[C]
Okunye ngo Jesu,
Okunye ngo Jesu,
Yena mina wang’ophela;
Yena ngami wazidela.
Okunye ngo Jesu,
Okunye ngo Jesu,
Yena mina wang’ophela;
Yena ngami wazidela.