Back to UKrestu Esihlabelelweni List UKrestu Esihlabelelweni #35

Hymn 35 Yeka Ubudlelwano

[V1]
Yek’ubudlelwano bu ka Jesu!, Oseyamise’ ezingalweni
Izibusiso zona zi nkulu, Nxa weyama kuY’ engalweni

[C]
Ya ... ma, ya ... ma U sinde ekwesabeni
Ya ... ma, ya ... ma Eyama kuY’ezingalweni

[V2]
O, ku mnandi, ukuba ngumhambi, Mangeyam’ engalweni y’Akhe
Indlela i yakhanya kumhambi, Nxas’ eyam’ engalweni yAkhe

[C]
Ya ... ma, ya ... ma U sinde ekwesabeni
Ya ... ma, ya ... ma Eyama kuY’ezingalweni

[V3]
Ngi ngesabani? Ngi ngesabani?, Se ngi nokuthula okuhle
Nanxa ngi fika ekulingweni, Ngoyama engalweni yAkhe

[C]
Ya ... ma, ya ... ma U sinde ekwesabeni
Ya ... ma, ya ... ma Eyama kuY’ezingalweni

35. Yeka Ubudlelwano

Link copied to clipboard successfully!